Press Advert (isiZulu)

Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile

Lesi yisaziso sokuthi kuzokwenziwa isicelo senziwa u Joekels Tea Packers (Pty) Ltd ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku Department of Health sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u 23 – 33 Hagart Road, Pinetown, 3610  ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala:

  • Receiving
  • Processing
  • Packing
  • Dispatch

Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli:

  • Isisebenzi esigunyaziwe: Nkosikazi Nondumiso Nxumalo
  • Ikheli: 1 William Lester Dr, Westville, Durban
  • Inombolo yocingo: 031 311 6638/5157
  • Ikheli le-email: nondumiso.nxumalo@durban.gov.za

Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli:

(Ikheli le-website yenkampani) www.joekels.co.za